UNumeri 30:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE12 kepha uma indoda yakhe izenza ize ngosuku ezizwa ngalo, konke okuphuma emlonyeni wakhe mayelana nezithembiso zakhe namayelana nesibopho somphefumulo wakhe akuyikuma; indoda yakhe ikwenzile ize; uJehova uyakumthethelela. Gade chapit laIsiZulu 202012 Kodwa uma indoda yakhe kuthi ngosuku ezwa ngalo, ikwenze ize konke okwaphuma emlonyeni wakhe mayelana nezifungo zakhe nangesibopho sakhe, akuyukuhlala kunjalo, ngokuba indoda yakhe ikwenze ize; uSimakade uyomthethelela. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202412 Kodwa uma indoda yakhe isichithile impela ngosuku ekuzwa ngalo; khona-ke okuphuma ezindebeni zakhe mayelana nezifungo zakhe noma ngesibopho somphefumulo wakhe ngeke kube khona; umyeni wakhe wayichitha; uJehova uyakumthethelela. Gade chapit la |
Kepha siyakwenza nokwenza onke amazwi aphumile emilonyeni yethu, sishisele inkosikazi yezulu impepho, siyithululele iminikelo yokuphuzwa, njengalokho senzile, thina nawobaba, namakhosi ethu, nezikhulu zethu emizini yakwaJuda nasezitaladini zaseJerusalema, ngokuba sasisuthi isinkwa, sahlala kahle, asabona okubi.