Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 30:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 indoda yakhe bese ikuzwa, ingasho lutho kuye, ingamalelanga, zonke izithembiso zakhe ziyakuma, nazo zonke izibopho abophe ngazo umphefumulo wakhe ziyakuma;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 bese indoda yakhe izwa ngalokho, qede ingasho lutho kuye, ingamenqabeli; zonke izifungo nezithembiso zakhe azibophezele ngazo ziyohlala zinjalo, aziyukuguquka.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Umyeni wakhe wakuzwa, wathula naye, akamvumela; zonke izithembiso zakhe ziyakuma, nazo zonke izibopho abophe ngazo umphefumulo wakhe ziyakuma.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 30:11
3 Referans Kwoze  

kepha uma uyise emalela ngosuku akuzwa ngalo, akuyikuma nesisodwa sezithembiso zakhe nesezibopho zakhe abophe ngazo umphefumulo wakhe; uJehova uyakumthethelela, ngokuba uyise umalele.


“ ‘Uma enzile isithembiso endlini yendoda yakhe, noma ebophe ngesibopho umphefumulo wakhe ngesifungo,


kepha uma indoda yakhe izenza ize ngosuku ezizwa ngalo, konke okuphuma emlonyeni wakhe mayelana nezithembiso zakhe namayelana nesibopho somphefumulo wakhe akuyikuma; indoda yakhe ikwenzile ize; uJehova uyakumthethelela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite