Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 3:43 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

43 Onke amazibulo esilisa njengokomumo wamagama kusukela kwabanenyanga kuya phezulu alabo ababalwayo kubo ayeyizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili namakhulu amabili namashumi ayisikhombisa nantathu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

43 Wonke amazibulo awabalayo kusukela kwabanenyanga kuya phezulu, ayeyizi-22 273.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

43 Onke amazibulo esilisa ngenani lamagama, kusukela kwabanenyanga kuya phezulu, ababalwayo kubo, ayeyizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili namakhulu amabili namashumi ayisithupha nantathu.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 3:43
3 Referans Kwoze  

Bonke ababalwayo bamaLevi ababalwa nguMose nangu-Aroni ngesiyalezo sikaJehova ngemindeni yabo, bonke abesilisa kusukela kwabanenyanga kuya phezulu, babe yizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili.


UMose wabala, njengalokho uJehova emyalile, onke amazibulo phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli.


UJehova wakhuluma kuMose, wathi:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite