Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 3:29 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Imindeni yamadodana kaKohati iyakumisa eceleni kwetabernakele* ngaseningizimu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 Imindeni yabozalo lwabakwaKhohathi iyakukanisa ohlangothini oluseningizimu lwethabanakeli.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

29 Imindeni yamadodana kaKohati iyakumisa eceleni kwetabernakele ngaseningizimu.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 3:29
5 Referans Kwoze  

Kepha amaLevi ayakumisa nxazonke zetabernakele* lobufakazi, ukuze kungabikho lulaka phezu kwenhlangano yabantwana bakwa-Israyeli, amaLevi agcine izimfanelo zetabernakele lobufakazi.”


Imindeni yamaGereshoni iyakumisa emva kwetabernakele* ngasentshonalanga.


Ibhanela* lekamu lakwaRubeni liyakuba ngaseningizimu ngamabandla abo; isikhulu sabantwana bakwaRubeni siyakuba ngu-Elisuri indodana kaShedewuri.


Njengokomumo wabo bonke abesilisa kusukela kwabanenyanga kuya phezulu babe yizinkulungwane eziyisishiyagalombili namakhulu ayisithupha, begcina inkonzo yendlu engcwele.


Isikhulu sendlu kayise wemindeni yamaKohati siyakuba ngu-Elisafani indodana ka-Uziyeli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite