Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 3:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Lawa angamagama amadodana kaGereshoni ngemindeni yawo: oLibini noShimeyi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Lawa ngamagama amadodana kaGereshoni ngemindeni yawo: uLibhini noShimeyi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Lawa angamagama amadodana kaGereshoni ngemindeni yawo; uLibni noShimeyi.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 3:18
12 Referans Kwoze  

Nanka amagama amadodana kaGereshomu: oLibini noShimeyi.


KuHemani: amadodana kaHemani: ngoBukiya, noMathaniya, no-Uziyeli, noShebuweli, noJerimoti, noHananiya, noHanani, no-Eliyatha, noGidaliti, noRomamiti Ezeri, noJoshibekasha, noMaloti, noHothiri, noMahaziyoti;


KwaGereshoni kwavela umndeni wamaLibini nomndeni wamaShimeyi; yileyo eyimindeni yamaGereshoni.


Namadodana kaKohati ngemindeni yawo: o-Amramu, noJisihari, noHebroni, no-Uziyeli.


Lawa angamagama amadodana kaLevi ngezizukulwane zawo: ngoGereshoni, noKohati, noMerari; iminyaka yokuhamba kukaLevi yayiyiminyaka eyikhulu namashumi amathathu nesikhombisa.


“Bala umumo wamadodana kaGereshoni nawo ngezindlu zawoyise nangemindeni yawo


umndeni wendlu yakwaLevi ngokwawo nabesifazane bawo ngokwabo; umndeni kaShimeyi ngokwawo nabesifazane bawo ngokwabo,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite