Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 29:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 nempongo ibe nye, ibe ngumnikelo wesono, ngaphandle komnikelo oshiswa imihla yonke nomnikelo wawo wempuphu nomnikelo wawo wokuphuzwa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Impongo ibe ngumnikelo wesono, ngaphandle komnikelo oshiswa imihla yonke nomnikelo wawo wokusanhlamvu nomnikelo wawo wokuphuzwayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Nempongo ibe nye, ibe ngumnikelo wesono; ngaphandle komnikelo oshiswa imihla yonke, nomnikelo wawo wempuphu, nomnikelo wawo wokuphuzwa.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 29:22
6 Referans Kwoze  

Ngubani owaziyo uma engayikubuya, ahawukele, ashiye isibusiso emva kwakhe, kube ngumnikelo wempuphu nomnikelo wokuphuzwa kuJehova uNkulunkulu wenu, na?


Bhincani, nikhale, bapristi, nihhewule, nina zikhonzi ze-altare; wozani nilale bonke ubusuku ezindwangwini zamasaka, zikhonzi zikaNkulunkulu wami, ngokuba iminikelo yempuphu neminikelo yokuphuzwa kugodliwe endlini kaNkulunkulu wenu.


Iminikelo yempuphu neminikelo yokuphuzwa inqamukile endlini kaJehova; abapristi, izikhonzi zikaJehova, bayalila.


Ziningi izinhlupheko zabazizuzela omunye unkulunkulu; angiyikunikela ngeminikelo yabo yegazi; angiyikuwaphatha amagama abo ngezindebe zami.


kanye nomnikelo wazo wempuphu, neminikelo yazo yokuphuzwa ngezinkunzi nangezinqama nangezimvu, njengokomumo wazo ngokwesimiso,


“ ‘Ngosuku lwesine: izinkunzi eziyishumi, nezinqama ezimbili, nezimvu zamaduna eziyishumi nane ezinomnyaka munye ezingenasici,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite