Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 26:59 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

59 Igama lomka-Amramu lalinguJokebedi indodakazi kaLevi, owazalelwa uLevi eGibithe; wazalela u-Amramu o-Aroni noMose noMiriyamu udadewabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

59 Igama lomka-Amramu nguJokhebhedi, indodakazi kaLevi ayizalela eGibhithe; wazalela u-Amramu u-Aroni, uMose noMiriyamu udadewabo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

59 Igama lomka-Amramu lalinguJogebede, indodakazi kaLevi, unina wamzalela uLevi eGibithe; wazala u-Amramu o-Aroni, noMose, noMiriyam udadewabo.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 26:59
7 Referans Kwoze  

U-Amramu wazithathela uJokebedi udadewabo kayise, abe ngumkakhe; wamzalela o-Aroni noMose; iminyaka yokuhamba kuka-Amramu yayiyikhulu namashumi amathathu nesikhombisa.


“ ‘Ungambuli ubunqunu bukadadewabo kayihlo; uyisihlobo sikayihlo.


Udadewabo wayemi kudana, ukuze azi ukuthi kuyakwenziwani kuye.


UMiriyamu umprofethikazi, udadewabo ka-Aroni, waphatha isigubhu ngesandla sakhe; bonke abesifazane baphuma emva kwakhe bephethe izigubhu, besina.


OMiriyamu no-Aroni bakhuluma bemelene noMose ngenxa yowesifazane wakwaKushe amthathile; ngokube wayethathile owesifazane wakwaKushe.


Abantwana bakwa-Israyeli, yonke inhlangano, bafika ehlane laseSini ngenyanga yokuqala; abantu bahlala eKadeshi; uMiriyamu wafela khona, wembelwa khona futhi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite