Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 26:42 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

42 Lawa angamadodana kaDani ngemindeni yawo: kwaShuhamu: ngumndeni wakwaShuhamu. Yileyo eyimindeni kaDani ngemindeni yayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

42 Abozalo lukaDani ngemindeni yabo yilaba: kuShuhamu: ngumndeni wabakwaShuhamu. Yileyo-ke imindeni kaDani.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

42 Lawa angamadodana kaDani ngemindeni yawo: kwaShuhamu: ngumndeni wakwaShuhamu. Lena kwakuyimindeni yakwaDani ngemindeni yayo.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 26:42
4 Referans Kwoze  

Amadodana kaDani: nguHushimi.


Kubantwana bakwaDani, izizukulwane zabo ngemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma impi:


Yilawo angamadodana kaBenjamini ngemindeni yawo; ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi amane nanhlanu namakhulu ayisithupha.


Yonke imindeni yabakwaShuhamu ngokwababalwayo kubo yayiyizinkulungwane ezingamashumi ayisithupha nane namakhulu amane.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite