Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 26:28 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Amadodana kaJosefa ngemindeni yawo: ngoManase no-Efrayimi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

28 Amadodana kaJosefa ngemindeni yawo yilawa: uManase no-Efrayimi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

28 Amadodana kaJosefa ngemindeni yawo kwakunguManase no-Efrayimi.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 26:28
9 Referans Kwoze  

KuJosefa kwazalelwa ezweni laseGibithe oManase no-Efrayimi, amzalela bona u-Asenati indodakazi kaPotifera umpristi wase-Oni.


“Manje amadodana akho amabili owazalelwa wona ezweni laseGibithe, ngingakafiki kuwe eGibithe, angawami; o-Efrayimi noManase njengoRubeni noSimeyoni bazakuba ngabami.


Kubantwana bakwaManase, izizukulwane zabo ngemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma impi:


nangamagugu omhlaba nokugcwala kwawo, nangentando enhle yowahlala esihlahleni; isibusiso masifike ekhanda likaJosefa nasokhakhayini lowahlukaniswa nabafowabo.


Ngokuba abantwana bakwaJosefa babe yizizwe ezimbili, oManase no-Efrayimi; abawanikanga amaLevi isabelo ezweni, kuphela imizi ukuhlala kuyo, namadlelo ayo ezinkomo zawo, neyemfuyo yawo.


Abantwana benxenye yesizwe sakwaManase bahlala kulelo zwe, kusukela eBashani kuze kube seBali Hermoni naseSeniri nasentabeni yaseHermoni.


Amadodana kaManase: ngu-Asiriyeli owamzalelayo umkakhe; isancinza sakhe umAramukazi sazala uMakiri uyise kaGileyadi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite