Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 26:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Amadodana kaSimeyoni ngemindeni yawo: kwaNemuweli: ngumndeni wakwaNemuweli; kwaJamini: ngumndeni wakwaJamini; kwaJakini: ngumndeni wakwaJakini;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Abozalo lukaSimeyoni ngemindeni yabo yilaba: kuNemuweli: ngumndeni wabakwaNemuweli; kuJamini: ngumndeni wabakwaJamini; kuJakhini: ngumndeni wabakwaJakhini;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Amadodana kaSimeyoni ngemindeni yawo: kwaNemuweli: ngumndeni wakwaNemuweli; kwaJamini: ngumndeni wakwaJamini; kwaJagini: ngumndeni wakwaJagi;

Gade chapit la Kopi




UNumeri 26:12
8 Referans Kwoze  

Amadodana kaSimeyoni: ngoNemuweli, noJamini, noJaribi, noZera, noShawule,


Amadodana kaSimeyoni: ngoJemuweli, noJamini, no-Ohade, noJakini, noSohari, noShawule indodana yowesifazane waseKhanani; yile imindeni kaSimeyoni.


Amadodana kaSimeyoni: ngoJemuweli, noJamini, no-Ohade, noJakini, noSohari, noShawule, indodana yowesifazane waseKhanani.


Wazimisa izinsika ngasemphemeni wethempeli; wayimisa insika yokunene, waqamba igama layo ngokuthi uJakini, wayimisa nensika yasokhohlo, waqamba igama layo ngokuthi uBowazi.


Kubantwana bakwaSimeyoni, izizukulwane zabo ngemindeni yabo nangezindlu zawoyise, labo ababalwayo kubo njengokomumo wamagama, ngezinhloko zabo, bonke abesilisa kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma impi:


Kepha amadodana kaKora awafanga.


kwaZera: ngumndeni wakwaZera; kwaShawule: ngumndeni wakwaShawule.


Laba bayizinhloko zezindlu zawoyise: amadodana kaRubeni izibulo lika-Israyeli: ngoHanoki, noPhalu, noHesironi, noKarmi; yile imindeni kaRubeni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite