UNumeri 23:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Ngokuba ngisesiqongweni samadwala ngiyambona, ngisemadulini ngiyambuka; bheka, kungabantu abahlala bodwa, abangayikubalwa phakathi kwezizwe. Gade chapit laIsiZulu 20209 Ngiyambona ngiseziqongweni zamadwala, ngisemagqumeni, ngiyambona. Bheka, ngibona abantu abahlala bodwa abazibona beyisizwe esehlukile kwezinye izizwe. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20249 Ngokuba ngisesiqongweni samadwala ngiyambona, nasemagqumeni ngiyambona; bheka, abantu bayakuhlala bodwa, bangabalwa phakathi kwezizwe. Gade chapit la |