Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 22:40 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 UBalaki wanikela ngezinkabi nangezimvu, wazithuma kuBileyamu nakuzo izikhulu ezinaye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

40 UBhalaki wenza umhlatshelo ngezinkomo nezimvu, wayesekuthumela kuBhileyamu nezikhulu ayenazo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

40 UBalaki wanikela ngezinkomo nezimvu, wakuthuma kuBileyamu nakuzo izikhulu ezazinaye.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 22:40
7 Referans Kwoze  

Wamyisa ensimini yaseSofimu esiqongweni sasePisiga, wakha ama-altare ayisikhombisa, wanikela ngenkunzi nangenqama kulelo nalelo altare.


ngokuba izinyawo zazo zigijimela ebubini, zishesha ukuchitha igazi.


UBalaki wenza-ke njengalokho eshilo uBileyamu; wanikela ngenkunzi nangenqama kulelo nalelo altare.


UBalaki wenza-ke njengalokho uBileyamu ekhulumile; oBalaki noBileyamu banikela kulelo nalelo altare inkunzi nenqama.


UJakobe wanikela ngomhlatshelo entabeni, wabiza abafowabo ukuba badle isinkwa; badla isinkwa, bahlala ubusuku bonke entabeni.


UBileyamu wahamba noBalaki, bafika eKiriyati Husoti.


Kwathi ekuseni uBalaki wamthatha uBileyamu, wamyisa ezindaweni eziphakemeyo zikaBali, wabona elapho inxenye yabantu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite