Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 22:37 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 UBalaki wathi kuBileyamu: “Angithumanga nokuthuma kuwe ukukubiza na? Awufikanga ngani kimi? Anginamandla yini okukunika udumo na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

37 UBhalaki wathi kuBhileyamu: “Angithumelanga yini kuwe ngikubiza ukuba uphuthume na? Awufikanga ngani kimi na? Ubucabanga ukuthi ngeke yini ngikuhloniphe na?”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

37 UBalaki wathi kuBileyamu: “Angithumanga nokuthuma kuwe ukuba ngikubize na? kungani ungezanga kimi ngingakwazi yini ukuKuphakamisela enkazimulweni ngokweqiniso?

Gade chapit la Kopi




UNumeri 22:37
8 Referans Kwoze  

Ngalokho baleka uye endaweni yakho; bengithi ngiyakukunika udumo olukhulu; kepha bheka, uJehova ugodlile udumo kuwe.”


Ningakholwa kanjani nina enidumisana nodwa, ningalufuni udumo oluvela kuNkulunkulu yedwa, na?


USathane wathi kuye: “Amandla onke lana ngokunika wena kanye nenkazimulo yawo, ngokuba inikwe mina, futhi ngiyinika noma ubani ngokuthanda kwami.


Ngokuba ukuphakanyiswa akuveli empumalanga nasentshonalanga nasehlane lasezintabeni,


UBalaki esezwa ukuthi uBileyamu uyeza, waphuma ukumhlangabeza e-Iri Mowabi elisemkhawulweni wase-Arinoni, liseceleni komkhawulo.


UBileyamu wathi kuBalaki: “Bheka, sengifikile kuwe, anginamandla nokho manje okukhuluma utho. Izwi uNkulunkulu alifaka emlonyeni wami, ngiyakukhuluma lona.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite