Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 22:29 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 UBileyamu wathi embongolweni: “Ngokuba ungiswabulele; sengathi ngabe kukhona inkemba esandleni sami, ngokuba ngabe sengikubulele.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 UBhileyamu wathi embongolweni: “Yingoba ungenza isilima! Ukuba benginenkemba esandleni, ngabe sengikubulele.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

29 UBileyamu wayesethi embongolweni: “Ngokuba udlale ngami, sengathi ngabe nginenkemba esandleni sami, ngokuba manje sengifuna ukukubulala.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 22:29
6 Referans Kwoze  

Olungileyo uyakunaka ukuphila kwesilwane sakhe, kepha isihhe sababi silunya.


Ngokuba enhliziyweni kuvela izizindlo ezimbi, ukubulala, ukuphinga, ubufebe, ukweba, ukufakaza amanga, ukuhlambalaza.


Kubi lokhu kukho konke okwenziwa phansi kwelanga ukuthi bonke behlelwa yinto inye; ngalokho izinhliziyo zamadodana abantu zigcwele ububi, nobuhlanya busezinhliziyweni zabo besekhona, andukuba baye kwabafileyo.


Ukukhathazeka kwesiwula kuyaziwa ngosuku, kepha oqondileyo uyasibekela ihlazo.


Kepha imbongolo yathi kuBileyamu: “Angisiyo imbongolo yakho oyikhwele konke ukuhamba kwakho kuze kube manje na? Ngangivama ukwenza kanjalo kuwe na?” Wathi: “Qha.”


Wayesethi uLabani: “Bheka, makube njengezwi lakho.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite