Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 21:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 UJehova wathuma izinyoka ezinesihlungu phakathi kwabantu, zabaluma abantu; abantu abaningi bakwa-Israyeli bafa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 USimakade wathumela izinyoka ezinesihlungu phakathi kwabantu bakwa-Israyeli, zabaluma, kwafa abantu abaningi kwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 INkosi yasithuma izinyoka ezinesihlungu phakathi kwabantu, zabaluma abantu; kwafa abantu abaningi bakwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 21:6
8 Referans Kwoze  

Futhi asingayilingi iNkosi njengabanye kubo bayilinga, babhujiswa yizinyoka.


“Ngokuba ngiyathuma kini izinyoka nawomantshingeyana abangenakulunjwa, bayakuniluma,” usho uJehova.


wakuhola ehlane elikhulu nelesabekayo elinezinyoka ezinesihlungu nawofezela nomhlabathi owomileyo, lapho kwakungekho manzi khona; wakuvezela amanzi edwaleni lensengetsha;


Isiprofetho ngezilwane zaseNingizimu. Badabula izwe losizi nelokuhlupheka, lapha kuvela khona ibhubesi nebhubesikazi, ibululu nenyoka endizayo, bethwala imfuyo yabo emihlane yezimbongolo nengcebo yabo phezu kwamalunda amakamela bakuyise kubantu abangenansizakalo.


Ungathokozi wena Filistiya lonke ngokuthi intonga ekushayileyo yaphukile, ngokuba empandeni yenyoka kuyakuphuma ibululu, nenzalo yalo iyakuba yinyoka endizayo.


“Uma ngidabulisa izilwane ezimbi ezweni, ziliphange libe yincithakalo, ukuze kungadluli muntu ngenxa yezilwane,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite