Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 2:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Isizwe sakwaZebuloni: isikhulu sabantwana bakwaZebuloni siyakuba ngu-Eliyabe indodana kaHeloni;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Isizwana sakwaZebuloni: umholi wabozalo lwabakwaZebuloni kungu-Eliyabe indodana kaHeloni;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Isizwe sakwaZebuloni, no-Eliyabe, indodana kaHeloni, siyakuba ngumbusi phezu kwabantwana bakwaZebuloni.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 2:7
7 Referans Kwoze  

KwaZebuloni: u-Eliyabe indodana kaHeloni.


Phezu kwebandla lesizwe sabantwana bakwaZebuloni kwakungu-Eliyabe indodana kaHeloni.


Okomhlatshelo weminikelo yokuthula nakhu: izinkabi ezimbili, nezinqama eziyisihlanu, nezimpongo eziyisihlanu, nezimvu eziyisihlanu zamaduna ezinomnyaka munye; lokho kwakungumnikelo ka-Eliyabe indodana kaHeloni.


Ngosuku lwesithathu ngu-Eliyabe indodana kaHeloni, isikhulu sabantwana bakwaZebuloni.


ibandla lakhe nalabo ababalwayo kulo babe yizinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu nane namakhulu amane.


ibandla lakhe nalabo ababalwayo kulo babe yizinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu nesikhombisa namakhulu amane.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite