Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 2:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Nesizwe sakwaBenjamini; isikhulu sabantwana bakwaBenjamini siyakuba ngu-Abidani indodana kaGideyoni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Isizwana sakwaBhenjamini; umholi wabozalo lwabakwaBhenjamini kungu-Abhidani indodana kaGideyoni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Kuze kulandele isizwe sakwaBenjamini; u-Abidani indodana kaGideyoni uyakuba ngumbusi phezu kwabantwana bakwaBenjamini.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 2:22
7 Referans Kwoze  

KwaBenjamini: u-Abidani indodana kaGideyoni.


Nango uBenjamini, omncane, umbusi wabo, neviyo lezikhulu zakwaJuda, izikhulu zakwaZebuloni nezikhulu zakwaNafetali.


Phezu kwebandla lesizwe sabantwana bakwaBenjamini kwakungu-Abidani indodana kaGideyoni.


Okomhlatshelo weminikelo yokuthula nakhu: izinkabi ezimbili, nezinqama eziyisihlanu, nezimpongo eziyisihlanu, nezimvu eziyisihlanu zamaduna ezinomnyaka munye; lokho kwakungumnikelo ka-Abidani indodana kaGideyoni.


Ngosuku lwesishiyagalolunye ngu-Abidani indodana kaGideyoni, isikhulu sabantwana bakwaBenjamini.


Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi amathathu nambili namakhulu amabili.


Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi amathathu nanhlanu namakhulu amane.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite