Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 2:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Abamisa eceleni kwakhe bayakuba yisizwe sakwaSimeyoni; isikhulu sabantwana bakwaSimeyoni siyakuba nguShelumiyeli indodana kaSurishadayi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Abakanisa eceleni kwakhe ngabesizwana sakwaSimeyoni; umholi wabozalo lwabakwaSimeyoni kunguShelumiyeli indodana kaZurishadayi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Abamisa eceleni kwakhe bayakuba yisizwe sakwaSimeyoni; futhi uSelumiyeli indodana kaSurisadayi uyakuba ngumbusi phezu kwabantwana bakwaSimeyoni.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 2:12
6 Referans Kwoze  

KwaSimeyoni: uShelumiyeli indodana kaSurishadayi.


Phezu kwebandla lesizwe sabantwana bakwaSimeyoni kwakunguShelumiyeli indodana kaSurishadayi.


Okomhlatshelo weminikelo yokuthula nakhu: izinkabi ezimbili, nezinqama eziyisihlanu, nezimpongo eziyisihlanu, nezimvu eziyisihlanu zamaduna ezinomnyaka munye; lokho kwakungumnikelo kaShelumiyeli indodana kaSurishadayi.


Ngosuku lwesihlanu nguShelumiyeli indodana kaSurishadayi, isikhulu sabantwana bakwaSimeyoni.


Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kulo babe yizinkulungwane ezingamashumi amane nesithupha namakhulu ayisihlanu.


Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu nesishiyagalolunye namakhulu amathathu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite