Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 19:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Obutha umlotha wesithole uyakuhlanza izingubo zakhe, abe ngongcolile kuze kuhlwe; kuyakuba yisimiso esiphakade kubantwana bakwa-Israyeli nakumfokazi ogogobeleyo phakathi kwabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Obutha umlotha wesithole uyakuhlanza izingubo zakhe, abe ngongcolileyo kuze kube kusihlwa. Lokhu kuyakuba yisimiso esiphakade kubantu bakwa-Israyeli nakumfokazi ogogobele phakathi kwabo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Oqoqa umlotha wenkomo kumelwe ahlanze izingubo zakhe abe ongcolile kuze kuhlwe; kuyakuba yisimiso esiphakade kubantwana bakwa-Israyeli nakumfokazi ogogobeleyo phakathi kwabo.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 19:10
10 Referans Kwoze  

lapho kungekho mGreki namJuda, ukusoka nokungasoki, owezizwe noma umSkithe, isigqila noma okhululekileyo, kepha uKristu uyikho konke, ukubo bonke.


umuntu ohlambulukileyo amfafaze ongcolileyo ngosuku lwesithathu nangosuku lwesikhombisa, amphothule ngosuku lwesikhombisa, ahlanze izingubo zakhe, ageze ngamanzi, ahlambuluke ngakusihlwa.


Mawube munye umthetho kowokuzalwa ekhaya nakumfokazi ogogobeleyo phakathi kwenu.”


“Ongena endlini ngezinsuku isavaliwe uyakuba ngongcolile kuze kuhlwe.


Bonke abathwala utho lwezidumbu zazo bayakuhlanza izingubo zabo, babe ngabangcolile kuze kuhlwe.


Ozishisayo wohlanza izingubo zakhe, ageze umzimba wakhe ngamanzi, andukuba angene ekamu.*


Kuyakuba yisimiso esiphakade kubo; ofafaza amanzi okuphothula uyakuhlanza izingubo zakhe, nothinta amanzi okuphothula uyakuba ngongcolile kuze kuhlwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite