UNumeri 18:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE2 Nabafowenu, isizwe sakwaLevi, isizwe sikayihlo, sondela nabo ukuba bahlanganiswe nawe, bakukhonze; kepha wena namadodana akho kanye nawe niyakuba ngaphambi kwetende lobufakazi. Gade chapit laIsiZulu 20202 Abafowenu, besizwana sakwaLevi isizwana sikayihlo, basondeze nabo ukuze bahlanganiswe nawe, bakukhonze. Kepha wena, namadodana akho, niyoba ngaphambi kwethende lobufakazi. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20242 Futhi nabafowenu esizweni sakwaLevi, isizwe sikayihlo, woza nawe kanye nabo, ukuze bazihlanganise nawe, bakukhonze; kodwa wena lamadodana akho kanye lawe lizakhonza phambi kwethabhanekele lobufakazi. Gade chapit la |
Ngiwanikile amaLevi abe yisipho sika-Aroni nesamadodana akhe esivela kubantwana bakwa-Israyeli ukusebenza umsebenzi wabantwana bakwa-Israyeli etendeni lokuhlangana nokwenzela abantwana bakwa-Israyeli ukubuyisana, ukuze kungabikho sifo phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli, lapho abantwana bakwa-Israyeli besondela endlini engcwele.”