Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 17:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Bonke abasondelayo abasondela etabernakele* likaJehova bayakufa; siyakuphela sonke na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Bonke abasondela ethabanakelini likaSimakade bayakufa; siyakufa siphele sonke na?”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Wonke osondela etendeni likaJehova uyakufa; siyakudlula ekufeni na?

Gade chapit la Kopi




UNumeri 17:13
21 Referans Kwoze  

Kepha manje kuKristu Jesu nina enanikade nikude senenziwe abaseduze ngegazi likaKristu.


Kuthe u-Ananiya ezwa lawo mazwi, wawa phansi, wafa, ukwesaba okukhulu kwehlela bonke abezwa lokho.


Ngalokho ningadeleli, funa izibopho zenu ziqiniswe, ngokuba ngizwile eNkosini uJehova Sebawoti ukuthi ukuphela kunqunyiwe phezu kwawo wonke umhlaba.


Ngokuba siyaqedwa yintukuthelo yakho, nangolaka lwakho siyabhubha.


Ngokuba ngenxa yokungawuthwali kwenu kuqala uJehova uNkulunkulu wethu wafohla kithina, ngokuba singamfunanga njengomthetho.”


“Kwathi onke amadoda empi esephelile afa phakathi kwabantu,


Intukuthelo kaJehova yabavuthela abakwa-Israyeli, wabazulisa ehlane iminyaka engamashumi amane, saze saphela sonke leso sizukulwane esasenzile okubi emehlweni kaJehova.


Wayesekhuluma kuyo inhlangano, wathi: “Ake nisuke ematendeni alaba bantu ababi, ningathinti lutho olwabo, funa niqedwe ngezono zabo zonke.”


kepha ngezithelo zomuthi ophakathi nensimu uNkulunkulu ushilo ukuthi: ‘Ningazidli, ningazithinti ukuba ningafi.’ ”


UJehova wathi ku-Aroni: “Wena namadodana akho nendlu kayihlo kanye nawe niyakuthwala ububi bendlu engcwele; wena namadodana akho kanye nawe niyakuthwala ububi bobupristi benu.


wamlandela umuntu wakwa-Israyeli, wangena etendeni, wabagwaza bobabili, indoda yakwa-Israyeli nowesifazane esiswini sakhe. Sanqamuka-ke kanjalo isifo kubantwana bakwa-Israyeli.


UDavide wamakhela khona uJehova i-altare, wanikela ngeminikelo yokushiswa nangeminikelo yokuthula. UJehova wancengwa ngenxa yezwe, isifo sanqamuka kwa-Israyeli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite