Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 16:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 nifake kuyo umlilo, nibeke impepho kuyo phambi kukaJehova kusasa; kuyakuthi umuntu amkhethayo uJehova, abengcwele; sekwanele okwenu, madodana kaLevi.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 nifake kuzo amalahle avuthayo, nifake impepho kuzo kusasa phambi kukaSimakade. Kuyothi lowo uSimakade amkhethayo abe ngcwele. Kade nikwenza lokhu madodana kaLevi, kodwa namuhla nifike ekugcineni!”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Uthele umlilo kulo, uthele impepho kuyo phambi kukaJehova, futhi umuntu uJehova amkhethayo uyakuba ngcwele; nithatha kakhulu, madodana kaLevi.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 16:7
10 Referans Kwoze  

babahlanganyela oMose no-Aroni, bathi kubo: “Sekwanele okwenu, lokhu inhlangano yonke ingcwele, bonke bayo, noJehova ekubo; niziphakamiselani, pho, phezu kwebandla likaJehova na?”


kepha nina niluhlanga olukhethiweyo, ubupristi obobukhosi, isizwe esingcwele, abantu abazuziweyo, ukuze nishumayele ubukhosi balowo owanibiza niphume ebumnyameni, ningene ekukhanyeni kwakhe okumangalisayo;


Kepha thina simelwe ukubonga uNkulunkulu njalo ngani bazalwane abathandwa yiNkosi, ngokuba kwasekuqaleni uNkulunkulu wanikhethela ukusindiswa ngokungcwelisa kukaMoya nangokukholwa yiqiniso


njengalokho asikhethela kuye ngothando ngaphambi kokusekelwa kwezwe ukuba sibe ngcwele, singabi nakusolwa phambi kwakhe;


wakhuluma kuKora nakulo iviyo lakhe, wathi: “Kusasa uJehova uyakwazisa ukuthi ngubani ongowakhe nokuthi ngubani ongcwele, amsondeze kuye; lowo ayakumkhetha uyakumsondeza kuye.


Yenzani lokhu: zithabatheleni imicengezi yomlilo, wena Kora neviyo lakho lonke,


UMose wathi kuKora: “Ake nizwe, madodana kaLevi:


Baba nomhawu ngoMose ekamu,* nango-Aroni ongcwele kaJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite