Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 16:31 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Kwathi eseqedile onke lawo mazwi, umhlaba ophansi kwabo waqhekezeka;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

31 Wathi eqeda nje ukukhuluma wonke lawa mazwi, umhlaba waqhekezeka ngaphansi kwabo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Lapho eseqedile ukukhuluma wonke lawa mazwi, umhlabathi owawungaphansi kwabo waqhekezeka.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 16:31
9 Referans Kwoze  

nowakwenzayo kuDathani naku-Abiramu amadodana ka-Eliyabe kaRubeni ukuthi umhlaba wavula umlomo wawo, wabagwinya nabendlu yabo, namatende abo, nayo yonke imfuyo eyabalandelayo phakathi kwabo bonke abakwa-Israyeli.


“Ubaba wafela ehlane; wayengekho phakathi kweviyo labahlanganyela uJehova kulo iviyo likaKora; kepha wafa ngesakhe isono engenamadodana.


Maye kubo, ngokuba bahamba endleleni kaKayini, bagijimela ekudukeni kukaBalami ngenxa yomvuzo, babhubha ekuphikeni kukaKora!


Kepha uma uJehova edala into entsha, umhlaba uvule umlomo wawo, ubagwinye kanye nakho konke okwabo, bashone besezwa endaweni yabafileyo, niyakuqonda ukuthi laba bantu bamdelele uJehova.”


umhlaba wavula umlomo wawo, wabagwinya nezindlu zabo, nabantu bonke bakaKora, nempahla yabo yonke.


Abantu balwa noMose, bakhuluma bathi: “Sengathi ngabe safa ekufeni kwabafowethu phambi kukaJehova.


Umhlaba uyaphuka nokwaphuka, umhlaba uyavithizwa nokuvithizwa, umhlaba uyazanyazanyiswa nokuzanyazanyiswa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite