Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 16:27 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Base bekhuphuka ekamu* likaKora nelikaDathani nelika Abiramu nxazonke; oDathani no-Abiramu baphuma, bema ngasemnyango wamatende abo kanye nawomkabo, namadodana abo, nezingane zabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 Base bekhuphuka ngasemathendeni oKhora noDathani no-Abhiramu. ODathani no-Abhiramu nomkabo namadodana nezingane zabo, baphuma bama ngasemnyango wamathende abo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Base benyuka besuka etendeni likaKora, noDathani no-Abiramu nxazonke, oDathani no-Abiramu baphuma bema ngasemnyango wamatende abo, nawomkabo, namadodana abo, nabantwana babo.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 16:27
9 Referans Kwoze  

Ngalokho yizwani izwi likaJehova nina bantu abadelelayo, enibusa laba bantu baseJerusalema.


Ngaphambi kokubhujiswa inhliziyo yomuntu iyaziqhenya; ukuthobeka kwandulela udumo.


Ukuzidla kuyandulela ukubhujiswa, nomoya oziqhenyayo wandulela ukuwa.


Ehlakaniphile enhliziyweni, eqinile emandleni, ngubani oziqinisele kuye, waphumelela,


UKora kaJisihari kaKohati kaLevi, kanye noDathani no-Abiramu, amadodana ka-Eliyabe, no-Oni indodana kaPheleti, amadodana kaRubeni, bathatha amadoda,


Kepha amadodana kaKora awafanga.


Kwathi uMose ephuma eya etendeni, bonke abantu basukuma bema, kwaba yilowo nalowo ngasemnyango wetende lakhe, bambuka uMose waze wangena etendeni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite