Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 16:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 nokuthi ukusondezile wena, nabafowenu bonke, amadodana kaLevi, kanye nawe na? Senifisa nobupristi futhi na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 futhi ukusondezile wena nabafowenu bonke, bozalo lukaLevi kanye nawe, manje senifisa nobuphristi na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Wakusondeza wena nabo bonke abafowenu, amadodana kaLevi, kanye nawe; futhi nifuna futhi ubupristi?

Gade chapit la Kopi




UNumeri 16:10
11 Referans Kwoze  

Ngalobela ibandla okuthile, kodwa uDiyotrefe othanda ukuba abe mkhulu phakathi kwabo akasamukeli thina.


ningenzi lutho ngombango nangodumo lwezwe; kepha ngokuthobeka nishaye sengathi abanye bakhulu kunani,


thandanani ngenhliziyo ngothando lobuzalwane; ekwazisaneni nandulelane;


Kwavela nokuphikisana phakathi kwabo kokuthi ngumuphi kubo ongathiwa omkhulu.


Ngokuziqhenya kuvela ukuxabana kuphela, kepha kwabalulekwayo kukhona ukuhlakanipha.


Wena namadodana akho kanye nawe niyakugcina ubupristi kukho konke okwe-altare, nakukho konke okuphakathi kwesihenqo; niyakukhonza; ngiyaninika ubupristi njengenkonzo yesipho; umfokazi osondelayo wobulawa.”


Uyakumisa u-Aroni namadodana akhe, bagcine ubupristi babo; umfokazi osondelayo uyakubulawa.”


UJehova wathi ku-Aroni: “Wena namadodana akho nendlu kayihlo kanye nawe niyakuthwala ububi bendlu engcwele; wena namadodana akho kanye nawe niyakuthwala ububi bobupristi benu.


UMika wayesahlukanisela umLevi, leyo nsizwa yaba ngumpristi wakhe, yahlala endlini kaMika.


“Sondeza isizwe sakwaLevi, usimise phambi kuka-Aroni, umpristi, ukuba simkhonze.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite