Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 15:26 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli iyakuthethelelwa kanye nomfokazi ogogobeleyo kubo, ngokuba kubo bonke abantu kwakungesiphosiso.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 Yonke inhlangano yabantu bakwa-Israyeli iyothethelelwa nomfokazi ogogobele phakathi kwayo, ngokuba bonke abantu bakwenza ngesiphosiso.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Ibandla lonke labantwana bakwa-Israyeli liyakuthethelelwa, nomfokazi ogogobele phakathi kwabo; ebona ukuthi bonke abantu basekungazini.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 15:26
2 Referans Kwoze  

kuyakuthi uma kwenziwe kungengamabomu, futhi kungesemehlweni enhlangano, inhlangano yonke inikele ngeduna libe ngumnikelo wokushiswa wephunga elimnandi kuJehova kanye nomnikelo wayo wempuphu, nomnikelo wayo wokuphuzwa ngokomthetho, nempongo ibe nye, ibe ngumnikelo wesono.


“Yisho kubantwana bakwa-Israyeli, uthi: ‘Uma umuntu ona kungengamabomu kuyo imiyalo uJehova ayale ngayo ukuthi akunakwenziwa akwenze noma yikuphi,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite