Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 15:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 “ ‘Nxa niduka ningagcini yonke le miyalo uJehova ayikhulumile kuMose,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 “ ‘Uma nona, ningayigcini yonke le miyalo uSimakade ayitshele uMose,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Uma nidukile, aniyigcinanga yonke le miyalo uJehova ayikhuluma kuMose,

Gade chapit la Kopi




UNumeri 15:22
10 Referans Kwoze  

“Yisho kubantwana bakwa-Israyeli, uthi: ‘Uma umuntu ona kungengamabomu kuyo imiyalo uJehova ayale ngayo ukuthi akunakwenziwa akwenze noma yikuphi,


kepha ebingazi yenza okufanele imivimbo, iyakushaywa eyingcosana; yilowo nalowo ophiwe okuningi, kuyakubizwa okuningi kuye; nophathiswe okuningi, bayakubiza kuye okungaphezu kwalokho.


Ngubani owazi iziphosiso zakhe na? Ngithethelele kwezisithekileyo.


Umpristi uyakumenzela ukubuyisana ngesono sakhe one ngaso, nakuyiphi yalezi zinto, aze athethelelwe; okuseleyo kube ngokompristi njengomnikelo wempuphu.’ ”


“ ‘Uma kona umuntukazana, enza kungengamabomu noma yikuphi kuyo imiyalo uJehova ayale ngakho ukuthi akunakwenziwa, aze abe necala,


“ ‘Nxa kona induna, yenza kungengamabomu noma yikuphi kuyo yonke imiyalo uJehova uNkulunkulu wayo ayale ngakho ukuthi akunakwenziwa, ize ibe necala,


Ngolibo lomgqakazo wenu niyakunika uJehova umnikelo wokuphakanyiswa ezizukulwaneni zenu.


konke uJehova aniyalile ngesandla sikaMose, kusukela osukwini uJehova ayala ngalo nangasemuva ezizukulwaneni zenu,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite