Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 14:38 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

38 Kepha uJoshuwa indodana kaNuni noKalebi indodana kaJefune ababenalawo madoda ukuhlola izwe basinda.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

38 Kepha uJoshuwa, indodana kaNuni noKhalebhu, indodana kaJefune bona basinda kunalawo madoda ababehambe nawo ukuyohlola izwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

38 Kepha uJoshuwa indodana kaNuni noKalebi indodana kaJefune, ababephakathi kwamadoda ahamba ukuhlola izwe, babesaphila.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 14:38
5 Referans Kwoze  

Ngokuba uJehova wayeshilo ngabo wathi: “Bayakufa nokufa ehlane.” Akusalanga muntu kubo ngaphandle kukaKalebi indodana kaJefune noJoshuwa indodana kaNuni.


Owesizwe sakwaJuda: uKalebi indodana kaJefune.


wona lawo madoda aletha umbiko omubi ngezwe afa ngesifo phambi kukaJehova.


UMose wakhuluma lawo mazwi kubo bonke abantwana bakwa-Israyeli; abantu balila kakhulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite