Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 14:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 “Kalokhu ake abe makhulu amandla eNkosi njengokusho kwakho ukuthi:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 “Ngakho-ke ake ubonakalise amandla akho njengalokhu wakhuluma, wathi:

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Manje, ngiyanincenga, mawabe makhulu amandla eNkosi yami, njengoba nje nishilo ngokuthi:

Gade chapit la Kopi




UNumeri 14:17
5 Referans Kwoze  

Kepha izixuku zikubona zethuka, zamdumisa uNkulunkulu onikile abantu amandla anjalo.


Kepha ukuze nazi ukuthi iNdodana yomuntu inamandla emhlabeni okuthethelela izono –” khona wathi kofe uhlangothi: “Vuka, uthabathe uhlaka lwakho, uye endlini yakho.”


Kepha mina ngigcwele amandla ngoMoya kaJehova ngokulunga nangobuqhawe ukuba ngimtshele uJakobe iziphambeko zakhe, u-Israyeli izono zakhe.


‘Ngokuba uJehova ebengenamandla okungenisa abantu bakhe ezweni alifungela kubo, ngalokho ubabulele ehlane.’


‘UJehova uyephuza ukuthukuthela, uvame umusa, uthethelela ububi neziphambeko, angayekeli nokho onecala, kepha ahambele ububi bawoyise kubantwana, kuze kube sezizukulwaneni sesithathu nesesine.’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite