Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 14:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 ‘Ngokuba uJehova ebengenamandla okungenisa abantu bakhe ezweni alifungela kubo, ngalokho ubabulele ehlane.’

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 “Ngenxa yokuba uSimakade ubengenamandla okungenisa laba bantu ezweni afunga ngalo kubo, ngalokho-ke ubabhubhisile ehlane.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ngoba iNkosi yayingelamandla okungenisa lababantu elizweni eyabathembisa isifungo, ngakho yababulala enkangala.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 14:16
6 Referans Kwoze  

funa izwe owasikhipha kulo lithi: “Lokhu uJehova wayengenamandla okubangenisa ezweni abathembise lona nangokuba wabazonda, ubakhiphile ukuba ababulale ehlane.”


Ngokuba amaKhanani nabo bonke abakhileyo ezweni bayakukuzwa, basihaqe, banqume igama lethu emhlabeni; uyakwenzela ntoni igama lakho elikhulu na?”


UJoshuwa wathi: “Maye, Nkosi Nkulunkulu! Ubaweliseleni iJordani nakanye laba bantu ukuba usinikele esandleni sama-Amori, usibhubhise, na? Sengathi nga saneliswa ukuhlala ngaphesheya kweJordani!


“Kalokhu ake abe makhulu amandla eNkosi njengokusho kwakho ukuthi:


AbaseGibithe bayakusholoni ukuthi: ‘Wabakhiphela okubi ukuba ababulale ezintabeni, abaqothule ebusweni bomhlaba.’ Phenduka olakeni lwakho oluvuthayo, uguquke kulobu bubi ngakubantu bakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite