Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 14:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 UMose wathi kuJehova: “Khona abaseGibithe bayakukuzwa, ngokuba wakhuphula laba bantu ngamandla akho phakathi kwabo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 UMose wathi kuSimakade: “AbaseGibhithe bayokuzwa, ngokuba nguwe owabakhipha kubo laba bantu ngamandla akho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 UMozisi wasesithi eNkosini: AmaGibhithe azakuzwa, ngoba wena ukhuphule lababantu phakathi kwabo ngamandla akho;

Gade chapit la Kopi




UNumeri 14:13
9 Referans Kwoze  

Wathi ubezakubabhubhisa, uma uMose okhethiweyo wakhe ebengemanga ebusweni bakhe ukubakhulumela, ukuze amyekise intukuthelo yakhe, funa ababhubhise.


Ngakwenza ngenxa yegama lami ukuba lingangcoliswa emehlweni ezizwe ababephakathi kwazo, nengazazisa emehlweni azo kubo ngokubakhipha ezweni laseGibithe.


uma bengingesabi ukuncokoloza kwezitha, funa abamelene nabo baduke, funa bathi: “Isandla sethu siphakeme, uJehova akenzanga konke lokhu.” ’


Ngakwenza ngenxa yegama lami ukuba lingangcoliswa emehlweni ezizwe engabakhipha emehlweni azo.


Ngokuba uJehova akayikushiya abantu bakhe ngenxa yegama lakhe elikhulu, lokhu kwakukuhle kuJehova ukuzenzela nina nibe ngabantu bakhe.


Wayesethi uJehova kimi: “Noma bekumi phambi kwami oMose noSamuweli, inhliziyo yami ibingebe kulaba bantu; balahle ebusweni bami, baphume.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite