Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 13:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 nibone izwe ukuthi linjani, nabantu abakhe kulo ukuthi banamandla noma babuthakathaka, bayingcosana noma baningi yini,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 nihlole ukuthi izwe linjani, nabantu abakhe kulo ukuthi banamandla noma bantekenteke, bayingcosana noma baningi yini,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Bheka, izwe elikulo; nabantu abahlala khona, noma banamandla, noma bebuthakathaka, bayingcosana noma baningi;

Gade chapit la Kopi




UNumeri 13:18
4 Referans Kwoze  

Ngiyakuzalusela emadlelweni amahle, isibaya sazo sibe sezintabeni zempakama yakwa-Israyeli; ziyakubuthisa khona esibayeni esihle, ziklabe emadlelweni aluhlaza ezintabeni zakwa-Israyeli.


ngehle ukuba ngibophule esandleni sabaseGibithe, ngibakhuphule kulelo zwe, ngibayise ezweni elihle elibanzi, izwe elichichima ubisi nezinyosi, indawo yamaKhanani, neyamaHeti, neyama-Amori, neyamaPherizi, neyamaHivi, neyamaJebusi.


UMose wabathuma ukuhlola izwe laseKhanani, wathi kubo: “Yenyukani ngalapha, niye ngaseningizimu, nikhuphukele ezintabeni,


nokuthi izwe abakhe kulo linjani, noma lihle noma libi, nokuthi imizi abahlala kuyo injani, noma ngamakamu* noma yizinqaba,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite