Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 11:32 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Abantu bavuka lonke lolo suku, nobusuku bonke, nalo lonke usuku olulandelayo, babutha izigwaca; owabutha okuncane wabutha amahomere* ayishumi; bazenekela ngasekamu* nxazonke.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

32 Abantu bavuka basebenza lonke lolo lusuku, nobusuku bonke, nangosuku olulandelayo, bebutha izigwaca. Okuncane abantu abakubuthayo kwakungamahomere alishumi; bazenekela zona zazungeza inkambu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Abantu bavuka ngalolo suku lonke nobusuku bonke, nalo lonke usuku olulandelayo, babutha izigwaca; owabutha okuncane wabutha amahomere ayishumi, bawabela ngasekamu nxazonke.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 11:32
3 Referans Kwoze  

I-efa nebhati kuyakuba yisilinganiso sinye, ukuze ibhati lifumbathe okweshumi kwehomere,* ne-efa okweshumi kwehomere, isilinganiso salo sibe ngokwehomere.


Iyomere* lingokweshumi kwe-efa.*


Inyama isekhona phakathi kwamazinyo abo, ingakahlafunwa, ulaka lukaJehova lwavuthela abantu, uJehova wabashaya abantu ngokufa okukhulu kakhulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite