Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 11:31 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Kwavuka umoya ovela kuJehova, waletha izigwaca zivela ngaselwandle, waziwisa ngasekamu* kungathi ibanga losuku ngalapha nebanga losuku ngalapha kwekamu nxazonke, nokuphakama phezu komhlaba kungathi izingalo ezimbili.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

31 Kwavuka umoya ovela kuSimakade, waletha izigwaca zivela ngasolwandle, waziwisa ngasenkanjini kungathi ibanga losuku ngalapha, nebanga losuku nangale kwenkambu, nxazonke. Ukuphakama kwazo phezu komhlaba kungathi ngamakhubhithi amabili.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Kwasekuphuma umoya ovela eNkosini, waletha izagwaca ezivela elwandle, zawela enkambeni, njengohambo losuku ngapha langapha, ikamu inkamba, lanjengohambo losuku ngalapha. Ukuphakama kwawo kwakuyizingalo ezimbili ebusweni bomhlaba.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 11:31
9 Referans Kwoze  

Kwathi kusihlwa kwenyuka izigwaca, zasibekela ikamu;* ngakusasa kwakulele amazolo ekamu nxazonke.


Bacela, waletha izigwaca, wabasuthisa ngesinkwa sasezulwini.


Ukhuphula izinkungu emikhawulweni yomhlaba, wenza imibani kube yimvula; ukhipha umoya ezingotsheni zakhe.


Waphephetha ngomoya wakho, ulwandle lwabasibekela; baminzisa okomthofu emanzini anamandla.


UJehova wayesewuphendula umoya waba ngowasentshonalanga onamandla amakhulu; wona wasusa isikhonyane, wasilahla eLwandle Olubomvu; akwasala sikhonyane nesisodwa ezweni lonke laseGibithe.


UMose wayeselula induku yakhe phezu kwezwe laseGibithe; uJehova waletha umoya wasempumalanga ezweni ngalo lonke lolo suku nobusuku bonke; sekusile umoya wasempumalanga waletha isikhonyane.


UMose wangena ekamu,* yena namalunga akwa-Israyeli.


Wabanika abakufisayo, kepha wathuma ukonda emiphefumulweni yabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite