UNumeri 10:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Nxa niphuma impi ezweni lakini ukuyokulwa nesitha esinicindezelayo, khona niyakuhlaba umkhosi ngamacilongo, nikhumbuleke phambi kukaJehova uNkulunkulu wenu, nisindiswe ezitheni zenu. Gade chapit laIsiZulu 20209 Kuyothi lapho niphuma impi ezweni lakini ukuyokulwa nesitha esinihlaselayo, nihlabe umkhosi ngamacilongo. USimakade uNkulunkulu wenu uyonikhumbula, anisindise ezitheni zenu. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20249 Futhi uma nilwa ezweni lakini ngokumelene nesitha esinicindezelayo, kufanele nihlabe umkhosi ngamacilongo; uyakukhunjulwa phambi kukaJehova uNkulunkulu wakho, ukhululwe ezitheni zakho. Gade chapit la |