Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 10:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Uma bebetha elilodwa, izikhulu, izinhloko zezinkulungwane zakwa-Israyeli, ziyakubuthana kuwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Uma kubethwa elilodwa, bonke abaholi nezinhloko zezindlu zemindeni yakwa-Israyeli, ziyakubuthana kuwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Uma beshaya icilongo elilodwa kuphela, khona-ke izikhulu eziyizinhloko zezinkulungwane zakwa-Israyeli kumelwe zibuthene kuwe.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 10:4
4 Referans Kwoze  

izikhulu zakwa-Israyeli, izinhloko zezindlu zawoyise zanikela; lezo zaziyizikhulu zezizwe, zazibekwe phezu kwababalwayo.


Futhi-ke wozifunela phakathi kwabantu bonke amadoda anamandla amesabayo uNkulunkulu, amadoda athembekileyo, azonda inzuzo engalungile, uwabeke phezu kwabo, abe yizinduna zezinkulungwane, nezinduna zamakhulu, nezinduna zamashumi ayisihlanu, nezinduna zamashumi.


“Ngase ngithatha izinhloko zezizwe zenu, amadoda ahlakaniphileyo naziwayo, ngawenza aba yizinhloko phezu kwenu: izinduna zezinkulungwane, nezinduna zamakhulu, nezinduna zamashumi ayisihlanu, nezinduna zamashumi, neziphathimandla ezizweni zenu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite