Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 10:34 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Ifu likaJehova laliphezu kwabo emini, lapho besuka ekamu.*

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

34 Ifu likaSimakade laliphezu kwabo emini, lapho besuka enkanjini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Ifu leNkosi laliphezu kwabo emini ekuphumeni kwabo ekamu.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 10:34
7 Referans Kwoze  

Wendlala ifu lokubasibekela, nomlilo wokukhanyisa ebusuku.


nokho wena ngomusa wakho omkhulu awubashiyanga ehlane; insika yefu ayisukanga phezu kwabo emini ukubahola endleleni, nensika yomlilo ebusuku ukubakhanyisela endleleni ababeyakuhamba ngayo.


Wabahola ngensika yefu emini nangensika yomlilo ebusuku ukubakhanyisela endleleni ababeyakuhamba ngayo.


Kwathi ekusukeni komphongolo uMose washo wathi: “Vuka, Jehova; mazihlakazeke izitha zakho; abakuzondayo mababaleke ebusweni bakho.”


Ngokuba ifu likaJehova laliphezu kwetabernakele emini, nomlilo wawukulo ebusuku emehlweni ayo yonke indlu yakwa-Israyeli ezinkambeni zabo zonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite