Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 1:28 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Kubantwana bakwa-Isakare, izizukulwane zabo ngemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma impi:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

28 Abozalo luka-Isakhare, ngokolibo lwemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu, bonke abangaphuma impi:

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

28 Kubantwana bakwa-Isakare ngemindeni yabo ngezizukulwane zabo ngezindlu zawoyise ngokwenani lamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma;

Gade chapit la Kopi




UNumeri 1:28
8 Referans Kwoze  

Amadodana ka-Isakare: ngoThola, noPhuva, noJobe noShimroni.


Wayesethi uLeya: “UNkulunkulu unginikile umvuzo, lokhu ngamnika umyeni wami incekukazi yami,” waqamba igama lakhe ngokuthi u-Isakare.


labo ababalwayo kubo, abesizwe sakwaJuda, babe yizinkulungwane ezingamashumi ayisikhombisa nane namakhulu ayisithupha.


labo ababalwayo kubo, abesizwe sakwa-Isakare, babe yizinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu nane namakhulu amane.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite