UNehemiya 8:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE4 U-Ezra umbhali wayemi ebhesitulu* lamapulangwe ababelenzele lo mgomo; eceleni kwakhe kwakumi oMatithiya, noShema, no-Anaya, no-Uriya, noHilikiya, noMahaseya ngakwesokunene sakhe, nangakwesokhohlo sakhe ngoPhedaya, noMishayeli, noMalikhiya, noHashumi, noHashibadana, noZakariya, noMeshulamu. Gade chapit laIsiZulu 20204 U-Ezra, umbhali, wayemi phezu kwebhesituli yokhuni, yenzelwe lowo msebenzi. Eceleni ngakwesokunene sakhe kwakumi uMathathiya, uShema, u-Anaya, u-Uriya, uHilikiya noMahaseya; ngakwesokhohlo sakhe kunguPhedaya, uMishayeli, uMalikhija, uHashumi, uHashibhadana, uZekhariya noMeshulami. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20244 U-Ezra umbhali wayemi epulpiti lamapulangwe ababelenzele lona; ngakuye uMatitja, noShema, no-Anaya, no-Uriya, noHilikiya, noMahaseja, bemi ngakwesokunene sakhe; futhi ngakwesobunxele sakhe uPhedaya noMishayeli noMalikhiya noHashumi noHasbadana noZakariya noMeshulamu. Gade chapit la |
ngokuba uSolomoni wayenzile ibhesitulu* lethusi; ubude balo babuyizingalo eziyisihlanu, nobubanzi balo babuyizingalo eziyisihlanu, nokuphakama kwalo kwakuyizingalo ezintathu; walimisa phakathi negceke, wema kulo, wayeseguqa ngamadolo phambi kwalo lonke ibandla lakwa-Israyeli, welulela izandla zakhe ngasezulwini,