Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 8:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Bafumanisa kulotshiwe emthethweni ukuthi uJehova wayeyalile ngesandla sikaMose ukuba abantwana bakwa-Israyeli bahlale emadokodweni ngomkhosi wenyanga yesikhombisa,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Bafumanisa kulotshiwe emthethweni uSimakade ayeyale ngawo uMose ukuthi abantu bakwa-Israyeli kumele bahlale emadokodweni ngesikhathi somkhosi, ngenyanga yesikhombisa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Bathola izincazelo emthethweni uJehova ayala ngawo ngesandla sikaMose ukuthi abantwana bakwa-Israyeli bahlale emadokodweni ngomkhosi wenyanga yesikhombisa.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 8:14
8 Referans Kwoze  

“Yisho kubantwana bakwa-Israyeli, uthi: ‘Ngosuku lweshumi nanhlanu lwaleyo nyanga yesikhombisa kungumkhosi wamadokodo izinsuku eziyisikhombisa kuJehova.


Kwase kusondele umkhosi wabaJuda, owamadokodo.


UJakobe wasuka waya eSukoti, wazakhela indlu, wenzela izinkomo zakhe amathanga; ngalokho igama laleyo ndawo lathiwa iSukoti.*


Bagcina umkhosi wamadokodo njengokulotshiweyo, banikela ngeminikelo yokushiswa imihla ngemihla ngomumo njengokomthetho nanjengokwesiyalezo sezinsuku ngezinsuku,


Ngosuku lwesibili kwabuthana izinhloko zawoyise babantu bonke, nabapristi, namaLevi ku-Ezra umbhali ukuba baqaphele amazwi omthetho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite