Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 8:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Ngosuku lwesibili kwabuthana izinhloko zawoyise babantu bonke, nabapristi, namaLevi ku-Ezra umbhali ukuba baqaphele amazwi omthetho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Ngosuku olulandelayo, zonke izinhloko zemindeni, abaphristi nabaLevi, beza ku-Ezra, umbhali, ukuze abafundise kabanzi amazwi omthetho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Ngosuku lwesibili izinhloko zawoyise babo bonke abantu, abapristi namaLevi, zabuthana kanye no-Ezra umbhali ukuze baqonde amazwi omthetho.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 8:13
13 Referans Kwoze  

Othanda ukulaywa uthanda ukwazi; ozonda ukusolwa uyisiwula.


Kwathi ekuphumeni kwabo, babacela ukuba lawo mazwi akhulunywe kubo nangesabatha elizayo.


Kepha besakhuluma kubantu, abapristi nenduna yethempeli nabaSadusi babafikela,


Bathi omunye komunye: “Inhliziyo yethu ibingavuthi yini phakathi kwethu, lapho ekhuluma kithi endleleni, nalapho esivulela imibhalo, na?”


Lonke ibandla lase livumelana ukugubha ezinye izinsuku eziyisikhombisa; bagubha ezinye izinsuku eziyisikhombisa ngokuthokoza.


Abantu bonke bahamba ukuba badle, baphuze, bathumele izabelo, bajabule kakhulu, ngokuba babeqondile amazwi ababewazisiwe.


Bafumanisa kulotshiwe emthethweni ukuthi uJehova wayeyalile ngesandla sikaMose ukuba abantwana bakwa-Israyeli bahlale emadokodweni ngomkhosi wenyanga yesikhombisa,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite