Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 6:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Bathumela kane kimi ngaleyo ndlela; ngabaphendula ngokunjalo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Bangithumelela umyalezo ofanayo kwaze kwaba amahlandla amane, nami ngilokhu ngibabuyisela impendulo efanayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kodwa bathumela kimi lolo hlobo kane; nami ngaziphendula ngokunjalo.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 6:4
10 Referans Kwoze  

esingabahlehlelanga nasikhashana ngokubathobela, ukuze iqiniso levangeli lime njalo kinina.


Ngakho-ke, bazalwane bami abathandekayo, yibani ngabagxilile, abangaxegiyo, abavame njalo emsebenzini weNkosi, nazi ukuthi ukusebenza kwenu akusilo ize eNkosini.


nokho-ke ngokuba lo mfelokazi engikhathaza njalo, ngiyakumzwela, funa angizuke ngokufika njalonjalo.’ ”


Ongenalwazi uyakholwa ngamazwi onke, kepha oqondileyo uyaqaphela ukunyathela kwakhe.


Uyamphambukisa ngamazwi akhe amaningi amahle; ngokuthopha kwezindebe zakhe uyamyenga.


Wayesethi uDelila kuSamsoni: “Bheka, udlale ngami, wangitshela amanga; ake ungitshele manje ukuthi ungaboshwa ngani.”


UDelila wathi kuSamsoni: “Ake ungitshele ukuthi amandla akho amakhulu aphi nokuthi ungaboshwa ngani, unqotshwe.”


Ngathuma izithunywa kubo, ngathi: “Ngisebenza umsebenzi omkhulu, anginakwehla; umsebenzi ubuyakumelani, ngiwuyeke, ngehlele kini, na?”


USanibalati wayesethuma inceku yakhe kimi kanjalo ngokwesihlanu, iphethe incwadi evulekileyo esandleni sayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite