Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 6:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Phezu kwalokho abakhulu bakwaJuda bathuma ngalezo zinsuku izincwadi eziningi kuThobiya, nezikaThobiya zafika kubo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Phezu kwalokho izikhulu zakwaJuda, ngalezo zinsuku, zazibhalelana noThobiya,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Ngaphezu kwalokho, izikhulu zakwaJuda zathumela izincwadi eziningi kuThobiya ngalezo zinsuku, nezincwadi zikaThobiya zafika kubo.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 6:17
8 Referans Kwoze  

Enye yamadodana kaJoyada indodana ka-Eliyashibi umpristi omkhulu yayingumkhwenyana kaSanibalati umHoroni; ngamxosha kimi.


Inhliziyo yami isicabangile, ngathethisana nabakhulu nababusi, ngathi kubo: “Nina nonke nibiza inzalo omunye komunye.” Ngase ngibiza ibandla elikhulu ngabo.


Eceleni kwabo kwalungisa abaseThekhowa, kepha abakhulu babo abafakanga izintamo zabo emsebenzini wenkosi yabo.


Kwathi lapho zonke izitha zikuzwa lokho, abezizwe bonke abasizungezayo, besaba, bayetha, ngokuba baqonda ukuthi lowo msebenzi wawenziwe nguNkulunkulu wethu.


Ngokuba abaningi bakwaJuda babefungile kubo, ngokuba wayengumkhwenyana kaShekaniya indodana ka-Ara; indodana uJehohanani yayithathile indodakazi kaMeshulamu indodana kaBerekiya.


Ngaphambi kwalokho u-Eliyashibi, umpristi, owayemiselwe amakamelo endlu kaNkulunkulu wethu, isihlobo sikaThobiya,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite