Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 5:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ngathukuthela kakhulu lapho ngizwa ukukhala kwabo nalawo mazwi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Ngathukuthela kakhulu lapho ngizwa izikhalo zabo namazwi abo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Futhi ngathukuthela kakhulu lapho ngibabiza futhi ngizwa lawa mazwi.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 5:6
8 Referans Kwoze  

Ngabasola ngalokho, ngabathuka, ngashaya abanye abantu, ngabahluthula izinwele, ngabafungisa uNkulunkulu, ngathi: “Ninganiki amadodana abo amadodakazi enu, ningathatheli amadodana enu amadodakazi abo.


Thukuthelani ningoni; ilanga malingashoni nisathukuthele.


UMose wathukuthela kakhulu, wathi kuJehova: “Unganaki umnikelo wabo; angithathanga nayinye imbongolo kubo, futhi angilimazanga namunye kubo.”


Zonke lezi zinceku zakho ziyakwehla, zifike kimi, zingikhothamele, zithi: ‘Phuma wena nabantu bonke abakulandelayo; emva kwalokho ngizakuphuma.’ ” Waphuma kuFaro evutha ulaka.


Waqalaza ebabuka ngokuthukuthela, edabukile ngobulukhuni benhliziyo yabo; wayesethi kulowo muntu: “Yelula isandla.” Waselula, saphiliswa isandla sakhe.


Kwaba kubi kakhulu kimi; ngalahla phandle zonke izinto zendlu kaThobiya zikhishwe ekamelweni.


Inhliziyo yami isicabangile, ngathethisana nabakhulu nababusi, ngathi kubo: “Nina nonke nibiza inzalo omunye komunye.” Ngase ngibiza ibandla elikhulu ngabo.


Ukuvutha kolaka kungibambile ngenxa yababi abashiya umthetho wakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite