UNehemiya 5:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE16 Phezu kwalokho ngabambelela emsebenzini wogange, asithenganga zwe; zonke izinceku zami zabuthana khona emsebenzini. Gade chapit laIsiZulu 202016 Ngasebenza ngokuzikhandla emsebenzini wami wokwakha kabusha ugange, angizange ngizithengele nsimu. Zonke izinceku zami zazimatasatasa ekwakhiweni kabusha kogange. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202416 Yebo, ngaqhubeka nomsebenzi walolu donga, futhi asithenganga mhlaba, futhi zonke izinceku zami zabuthana lapho emsebenzini. Gade chapit la |