Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 3:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Eceleni kwabo kwalungisa uMelathiya waseGibeyoni, noJadoni waseMeronoti, amadoda aseGibeyoni naseMispa, phansi kwesihlalo sombusi phesheya koMfula.*

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Ingxenye elandelayo yakhiwa nguMelathiya waseGibheyoni, noJadoni waseMeronothi, kwathi ingxenye elandelayo yakhiwa ngamadoda akwaGibheyoni naseMizpha kwaze kwayofika lapho kuhlala khona umbusi wesifundazwe esisentshonalanga yeYufrathe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Eceleni kwabo uMelathiya waseGibeyoni noJadoni waseMeronoti, amadoda aseGibeyoni naseMispa, abuyisela esihlalweni sobukhosi sombusi ongasentshonalanga koMfula.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 3:7
7 Referans Kwoze  

Inkosi yayisibiza abaseGibeyoni, yakhuluma kubo, abaseGibeyoni babengesibo abantwana bakwa-Israyeli, beyinsali yama-Amori; abantwana bakwa-Israyeli babefungile kubo; uSawule wafuna ukubabulala ngokushisekela kwakhe abantwana bakwa-Israyeli nabakwaJuda;


Eceleni kwakhe kwalungisa u-Ezeri indodana kaJeshuwa, umbusi waseMispa, elinye ibanga malungana nommango oya endlini yezikhali eNqutshini.


Kepha u-Asa inkosi wahamba naye wonke uJuda; basusa amatshe aseRama nemithi yalo uBahasha ayelakhe ngakho; wakha ngakho iGeba neMispa.


Nansi impinda yencwadi abayithuma ku-Aritahishashita inkosi yokuthi: “Izinceku zakho, abantu abaphesheya koMfula,* nokuthi nokuthi.


u-Obili wakwa-Ishmayeli wayephethe amakamela; uJehedeya umMeronoti wayephethe izimbongolo;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite