UNehemiya 2:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE20 Ngase ngibabuyisela amazwi, ngathi kubo: “UNkulunkulu wezulu uyakusiphumelelisa; ngalokho thina zinceku zakhe siyakusuka sakhe, kepha nina aninasabelo, nalungelo, nasikhumbuzo eJerusalema.” Gade chapit laIsiZulu 202020 Ngabathumelela impendulo ethi: “UNkulunkulu wezulu uzosiphumelelisa, thina zinceku zakhe sizosukuma, siqale sakhe kabusha, kodwa nina aninasabelo, nalungelo, nanto eyisikhumbuzo eJerusalema.” Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202420 Ngabaphendula ngathi kubo: “UNkulunkulu wezulu nguyena oyakusiphumelelisa; ngakho-ke thina, zinceku zakhe, siyakusukuma sakhe; kodwa aninasabelo nalungelo nasikhumbuzo eJerusalema. Gade chapit la |
Zonke izinceku zenkosi nabantu bezifunda zenkosi bayazi ukuthi bonke abesilisa nabesifazane abeza enkosini egcekeni elingaphakathi bengabizwanga, kukhona umthetho munye ngabo wokuba babulawe, ngaphandle kwalowo inkosi eyakwelulela kuye intonga yegolide ukuba aphile; kodwa mina angibizwanga ukuba ngingene enkosini ngalezi zinsuku ezingamashumi amathathu.