Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 2:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Ngangikhuphula umfudlana ebusuku, ngabuka ugange, ngaphenduka, ngangena ngeSango Lesigodi, ngaphindela emuva.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Ngakhuphuka ngomhosha ebusuku, ngihlola ugange. Ngase ngibuyela emzini, ngangena ngeSango Lesigodi; ngabuya kanjalo-ke.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Khona-ke ngenyuka emfuleni ebusuku, ngabheka odongeni, ngaphenduka, ngangena ngesango lesigodi, ngaphindela emuva.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 2:15
6 Referans Kwoze  

Izwe lonke lakhala ngezwi elikhulu, nabantu bonke bawela; nenkosi futhi yawela umfudlana iKidroni, nabantu bonke bawela ngasendleleni yasehlane.


UJesu esekhulume lawo mazwi waphuma kanye nabafundi bakhe, waya phesheya komfudlana iKedroni, lapho kwakukhona insimu angena kuyo yena nabafundi bakhe.


U-Uziya wakha nemibhoshongo eJerusalema ngaseSangweni Lasegumbini, nangaseSangweni Lasesigodini, nangaseNqutshini, wayiqinisa.


Ababusi babengazi lapho ngangiye khona nengikwenzileyo; futhi ngangingakabatsheli abaJuda, nabapristi, nabakhulu, nababusi, nabanye ababewenza umsebenzi.


ISango Lesigodi lalungiswa nguHanuni nabakhe eZanowa; balakha, bamisa izivalo zalo nezihluthelelo zalo nemigoqo yalo, nezingalo eziyinkulungwane zogange kwaze kwaba seSangweni Lomquba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite