Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 13:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ngase ngithi mabahlambulule amakamelo; ngabuyisela khona izitsha zendlu kaNkulunkulu kanye neminikelo yempuphu nenhlaka.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Ngase ngiyala abaphristi ukuba bahlanze lezo zindlu, babuyisele izitsha zasendlini, neminikelo yokusanhlamvu nempepho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ngase ngilaya, bahlanza amakamelo; ngabuyisela khona izitsha zendlu kaNkulunkulu kanye nomnikelo womlilo nempepho.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 13:9
5 Referans Kwoze  

wathi kubo: “Ngizweni nina maLevi; zingcweliseni, niyingcwelise nendlu kaJehova uNkulunkulu wawoyise, nikhiphe ukungcola endaweni engcwele.


Bagcina imfanelo kaNkulunkulu wabo nemfanelo yokuhlambulula kanye nabahlabeleli nabalindisango njengemiyalo kaDavide noSolomoni indodana yakhe.


silethe ulibo lomgqakazo wethu, neminikelo yethu yokuphakanyiswa, nezithelo zemithi yezinhlobo zonke, newayini namafutha kubapristi emakamelweni endlu kaNkulunkulu wethu, nokweshumi komhlabathi wethu kumaLevi, ngokuba wona amaLevi amukela okweshumi emizini yonke esilima kuyo.


Kwakukhona ikamelo nomnyango walo ngasezinsikeni emasangweni; bahlanza khona umnikelo wokushiswa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite