Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 12:40 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Zase zima lezo zigaba zombili zababongayo endlini kaNkulunkulu kanye nami, nenxenye yababusi inami,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

40 Zase zima endlini kaNkulunkulu lezo zigaba zombili zababongayo, nami nezikhulu engangihamba nazo;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

40 Ngakho izixuku ezimbili zezihlabelelo zema endlini kaNkulunkulu, mina nengxenye yababusi kanye nami.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 12:40
7 Referans Kwoze  

Ngiyakukhumbula lokhu, ngithulule umphefumulo wami phakathi kwami, njengalokho ngangihamba esixukwini ngiya naso endlini kaNkulunkulu ngenhlokomo yokwethaba nokubonga, ibandla ligubha umkhosi.


Baphendulana ngokumdumisa nangokumbonga uJehova, bathi: “Ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade phezu kuka-Israyeli.” Bonke abantu bakhamuluka ngokukhamuluka okukhulu ekumdumiseni kwabo uJehova, ngokuba isisekelo sendlu kaJehova sase sibekiwe.


nangenhla kweSango lakwa-Efrayimi, naseSangweni Elidala, naseSangweni Lezinhlanzi, naseMbhoshongweni KaHananeli naseMbhoshongweni KaHameya, kwaze kwaba seSangweni Lezimvu; bema eSangweni Letilongo.


nabapristi o-Eliyakimi, noMahaseya, noMiniyamini, noMikhaya, no-Eliyohenayi, noZakariya, noHananiya, bephethe amacilongo,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite